Monthly Archives: May 2016


Ukwephulwa kwezibopho zomoya ongahloniphi unkulunkulu

Baba ngiyayilahla yonke imoyo yokubi Kanye nakwindoda yami {noma umfazi, izingane zami, abangani, Mama, Baba, Gogo, noMkhulu, Buti, Sisi, Malume, Anti, Omata bocansi. ngiyayilahla yonke imoyo yokubi kuwo wonke umuntu obenobudlelwane bobu bungqingili, Nabadlwenguli, Nokuzi mbandakanya nocansi, nanomangabe ngubani obe nokuthintana okungamukelekile, Abahlukumezi ngokomaya, Abahlukumezi ngokomzimba, nawo wonke umuntu obe […]


Umthandazo wokulahla- umphefumulo

Ngidlulisela ubunikazi bami bonke kuwe Kanye nokuthi nginenkosi UJesu uKristu wase Nazaretha. Manje ngicela wena Nkosi ukuba usule yonke imithetho, nethonya kanye nemisebenzi yokubi ekujuleni kwami. Ngimemezela ubukhosi buka Jesu uKristu ekujuleni kobuntu bami, ngaphezu kwami Kanye nangaphansi kwami, Ngakwesobunxele Kanye nesokudla, Ngaphambili kwami Kanye nangasemumva kwami. Nkosi, ngikhulule emandleni […]