Umthandazo wokulahla- umphefumulo


Ngidlulisela ubunikazi bami bonke kuwe Kanye nokuthi nginenkosi UJesu uKristu wase Nazaretha. Manje ngicela wena Nkosi ukuba usule yonke imithetho, nethonya kanye nemisebenzi yokubi ekujuleni kwami.

Ngimemezela ubukhosi buka Jesu uKristu ekujuleni kobuntu bami, ngaphezu kwami Kanye nangaphansi kwami, Ngakwesobunxele Kanye nesokudla, Ngaphambili kwami Kanye nangasemumva kwami. Nkosi, ngikhulule emandleni okubi, ubuyisele kimi yonke ingxenye esusiwe kimi yeyiswa kolunye uhlangothi.

Manje ngisebenzisa igazi lika-Jesu, umhlanzi wamlilo, futhi oyinsipho yokuwasha zonke izindlela zomhubhe ekujuleni kimi, khona ogcobo lenkosi luzo thuntululeka kahle kimi.